INTANDO
Wonke umuntu walapha e-Mzansi oseke wasebenzisa lomuthi wesintu wazi kahle ukuthi uthando lweqiniso luyinto enjani. Njengoba igama lisho, umuthi wentando usebenza kakhulu kubantu asebevele bethandana. Ngabe nifuna uthando lwenu kube olweqiniso futhi kube olwanguna phakade? Tholani intado kubalaphi bendabuko abavelele.
UPrince Sajjib usevuselele uthando kumakhulukhulu abantu. Nawe ungaba omunye wabo. Intando isisize abaningi abantu abebenezinkinga ebudlelwaneni babo. Iqeda izingxabano ezingenasizathu, isuse izichitho ezifakwe othandweni lwenu, ivuselele imizwa yothando efadabalayo kanye nokunye okuningi. Musa ukulahlekelwa isinqandamathe sakho, thola intando yoqobo ku Prince Sajjib.
ISIMONYO
Baze bahlupheka abantu bakithi bezulazula bethungathana nothando! Inye nje inkinga yabo, sebekhohlwe nya amasiko kanye nemvelaphi yabo. Sekwashelwa ngamafoni kuleli lanamuhla. Bangaki nje abaqonywa izintombi ezinesimilo nothando? Bangaki nje abaqonywa abantu ababashele ngoba bebathanda ngokweqiniso? Inkinga yinye, lababantu abanothando, isimilo nenhlonipho ababona othathekile. Abahambe beqoma yinoma ubani.
Uthwala kanzima ukuze othole lentombi oyibona ikufanale. Kodwa lokho kwenzeka kuphela uma uhambela phezulu ungawasebenzisi amakhambi esintu. Isimonyo eminye yemithi yakudala kuleli lakithi. Yayisetshenziswa omkhulu uma beyoshela emfuleni. Ngikutshela ukuthi uma insizwa ike yasebenzisa lomuthi akudluli ntombi. Iduku lalima ngesonto elilodwa.
Awu sukanini madoda kanti yini eyayidala ukuthi abantu bakudala babe nesithembu kangaka. Akukho okunye ngaphandle kwesimonyo. Usithola ngebhodlelana kanti sona sibomvu. Usigcoba emashiyeni nasemzimbeni njalo uma usuya kumuntu omuthandayo. Kungensuku ezingaki uzobe usugiya wedwa uyibhingu lakwenu.
Lomuthi uheha othandiweyo wakho, umenze naye azifele ngawe kanti kuyoba uthando lwenhlonipho nokwethembana. Musa ukusabe usachitha isikhathi, thola isimonyo ezinyangeni zendabuko kuleli lakithi. Uprince Sajjib omunye walezo zinyanga.